Namhlanje kuvuka lo mlayezo The Purpose of the Desert - Kungani u - TopicsExpress



          

Namhlanje kuvuka lo mlayezo The Purpose of the Desert - Kungani u Jehova esa abant ehlane? What is the desert? Liyini vele ihlane? - Indawo la kungekho khona izinto esizijwayele, indawo la abangane bengekho khona, indawo enobungozi - even your life may be at risk ehlane, but u Jehova uyabasa abantu ehlane.......why? The desert is only a season in our life. u Jehova usuke efuna i closure, efuna our attention kwakungelula akhulume no Moses esese sxukwini - kodwa wambizela ehlane....... no Davide uma ezomqeqeshela ukubizwa - wayembalikisa ku Saul - ehlane - kanti wayemsondeza ebukhonen i bakhe..... u Paul iminyaka emithathu e Arabia........ In the desert God changes us and removes things that hinder us. He forces us to draw deep upon His grace. When He has accomplished what He wants in our lives in the desert, He will bring us out 1) Kukhona abantu abazofakwa emlilweni not because kumele bashe - Ohhhhh Jesus,..... but ngokungena kwabo emlilweni bazosiza abawu hundred obekumele bashe, nbebhubhe - ahhh 2) Kukhona nemishado ezohlaselwa left, right and centre not because iyaqedwa but because kukhona okumele i saveke nge testimoy yalo ohlaselwayo...... Aw Jessuuuuus Akhona amandla amasha esiwathola kuma TESTS, akhona amandla abuyayo kumuntu oseke waphushelwa ehlane...... Uma ngabe usehlane musa ukukhala ukuthi why kwenzeke kuwe - kodwa bona ithuba loku rechargwer
Posted on: Wed, 19 Jun 2013 07:51:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015