Nangoke u Thedy ethunywa ugogo wakhe estolo i snemfu (snuff) ngo - TopicsExpress



          

Nangoke u Thedy ethunywa ugogo wakhe estolo i snemfu (snuff) ngo R5 bese no mkhulu wakhe naye emuphathisa i boxer naye amunike u R5. Nempela ke ahambe uThedy eyothenga, kuphele eside isikhathi bese eyabuya u Thedy engakuphethe loko akuthunyiwe, bese bemubuza ukuthi yini kwenzenjani? Aphendule u Thedy athi manje ninginike o R5 abahlangene nobabili, inkinga sengididekile ukuthi imuphi u R5 we boxer nokuthi imuphi owe snuff. SASHA ISIBHAXU KU THEDY!
Posted on: Thu, 04 Sep 2014 15:28:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015