Ngfisa ngabe ngakwaz ngsasemncane,ngfisa ngabe ngangaz ukuth - TopicsExpress



          

Ngfisa ngabe ngakwaz ngsasemncane,ngfisa ngabe ngangaz ukuth ukhona,ngangiyokufuna ngisheshe ngizwe ngezimfundiso zakho ezinhle nezakhayo.Yebo abazali bayidlalile eyabo indima nt forgetting izihlobo kodwa bekuhlezi kune skhala ebesidinga ukugcwaliswa.Ngithe sengimdala sengiwenze onke amaphutha ongawacabanga,My sister Stha told me abt you.ngiqale nganga qondi whn u were saying AM RICH WITH OR WITHOUT MONEY ngaphuma ngazitshela ukuthi am not coming back,fortunately Stha convince me 2 come back n on that day u tautgh me that AM RESPONSIBLE FOR MY HAPPINESS ngaqala ngaqondisisa wavuleka nomqondo. Kusukela ngalolo suku angizange ngisa bheka emuva and now ngyaziqhenya ngokuba owesifazane n ngyazi ukuthi nalokhu engisafuna kushintshe ngempilo yam kusazoshintsha. Ngifisa ukuzimela empilwen ngingenzi izinto ngoba nakhu ngincenge okuthile. Ngyabonga BaBa UNkulunkulu aqhubeke akubusise ukuze nami ngibusiseke
Posted on: Sun, 29 Sep 2013 05:09:49 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015