Ngicela ukufihlwa admin....ngyanibingelela nonke kulelipage - TopicsExpress



          

Ngicela ukufihlwa admin....ngyanibingelela nonke kulelipage elisisizayo....ngabhala la early ths year..ngidinga umaqondana ayke ba4ne obhuti ay kubemnandi abanye ngbachithe besekubakhona lo osalayo...size sihlele ukubonana naye...ay mayefika ay ngizbonele ukuthi lo akusiyo itype yami...lapho usho ugaxe iskhwama seskole (ubhaka) lapho ngiswenkeni Jesu..ngithi ay ngzozikhandela into yami ngbekezele ngisho ngenhliziyo...ay sikwenye iRasturaunt edumile nje edurban...ay ngi-orde lapho ngyambona akasakhululekile angaz noma uyangisaba lol..asho athi mina hun angijwayele lezindawo..ey ngivele ngithi uzozijwayela ngoba usunami...ngizi-ordele naye a-orde mina vele ngangiplane ukuzikhokhela ibill yami...manje yena ubona ngendlela engi-oder ngayo athi ey mina ay ngicela singadli kakhulu ngphethe imali encane...ngithi mina khululeka mina ngzozikhokhela..ay ngoba ngizitshela kodwa ay shme lowabhuti akusiyo itype yami...siqedeke kufike iskhathi sokuthi sihlukane ngyekhaya naye ayekubo...kmele phela sikissane athi ay ngeke mina ngyabasaba abantu ngicela socasha ngemvakwebus khona ibus eyayimile inganabantu...ngvele ngiturneke off ngithi kululeka asiyeke angeke ngkwaz ukocasha mina lol sengicikekeni...avele aqhaqhazeleke lapho angaz inkinga yayisilaphi ngvele ngvalelise ukuze akhululeke - manje ngidinga ukuboniswa la ngimyeke o ngincenge kzolunga...kahlekahle angisamthandi tu tu..ninelungelo lokungithuka bakwethu imina engasukela abantu beNkosi...kodwa akekho ongamela leyankinga ...ngyazbongela mina...ungifihle admin... ..
Posted on: Tue, 20 Aug 2013 20:47:12 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015