Ngifuna ukuthi kuwe namhlanje , ungabona sengathi izimo - TopicsExpress



          

Ngifuna ukuthi kuwe namhlanje , ungabona sengathi izimo ziyakushaya, noThixo akakudabukeli, izinto zibhekene nawe, Cha mhlobo wami ukuthi wena awazi ukuthi UYISITINI SEKHONA, SONA ESINGENA NGOKUQHESHULWA. Amandla okuqina kwalendlu alele ezitinini zekhona, uma usuplasteliwe, waphendwa kahle akekho oyobona ukuthi wena wake waqheshulwa. Kubuhlungu ukuqheshulwa kodwa, emva kwakho uba yisika yegumbi eqinilyo. UJesu bamenza konke okubi, bamlimaza kanti babengazi ukuthi baqhephula ikhona elizongena empilweni yakho zikhona ezinye. Ngizwa izwi selithi " UYITSHE LEGUMBI ELIDELELWE NGABAKHI KODWA LIKHETHEKILE FUTHI LIYIGUGU KUMNINILO . Bonke nabanye obabona bephumelelemanje bangakutshena ukuthi nabo bake baqheshulwa ukuthi nje okwabo sekusithwe yiplasta nopende , sekungathi akukaze kwenzeke lutho. NAWE UZOPHUMELELA EGAMENI LIKAJESU. NEXT YEAR BY THIS TIME ., YOUR LIFE WILLCOMPLETELY CHANGED, I declare it over your life. Wena uthandwa yimi, ukhulekelwa yimi, ufiselwa yimi okuhle. UNGAZIBULALI
Posted on: Mon, 22 Jul 2013 15:19:41 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015