Ngivuka njalo ekuseni ngo 4 abantu besuza mina ngishaye umgwaqo - TopicsExpress



          

Ngivuka njalo ekuseni ngo 4 abantu besuza mina ngishaye umgwaqo bathi bengena eshisa nyama mina ngingene e fruit& veg nala bobhuti bama BMW kade bethi sawubona sisi sebethi manje hellow baby ngoba ngisebenza kanzima ukugcina lomzimba ufresh so ke ngicela if uzazi ukuthi unomkhaba wa bhiya ungasondeli kumina kodwa ke if unomkhaba wemali maybe sesingaxoxa ke kodwa nje kunzima xem uku joga nd ngisazoba fresh ngenile summer manje hlehla nje uma unomkhaba wabhiya ai kabi haha
Posted on: Thu, 16 Oct 2014 06:14:58 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015