Ngiyangena la e mall KwaMnyandu. Ngithi ake ngidlule endlin - TopicsExpress



          

Ngiyangena la e mall KwaMnyandu. Ngithi ake ngidlule endlin encane ngehlise ulaka. Ngithe lapho senghlezi esithini ngenza njalo, ngizwe izwi ngale kwamakhelwane sawubona uma ngilalelisisa kahle yindoda. Ngivume nami. Yebo Wenzani lapho? kubuza lo muntu. Mae iyakhula le ndaba manje. Ngiphendule nam. Ngiyatoileta kan kwenziwan vele ethoyilethi. Kuthuleke isikhashana iphinde lendoda. Ngingeza ngalapho? Ngicela ukukuvakashela Yeyi ungadakwa wena la! Wake wavakashelwa umuntu eb**sha? Sengiqala ukenengeka manje yilendoda Emva kwalokho ngizwe isithi AWUME NGIZOBUYE NGIKUFONELE KUNALE SILIMA ESINGILINGISELAYO NGALE. Washo qede waluvala ucingo waphuma wahamba Bese ngiminceeee #Kholekithi_GooFy (y) #Angithi_iKasi_Linje_GooFy [[weedicon]]
Posted on: Wed, 23 Jul 2014 15:24:24 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015