Ngizwa kuthiwa SENINIKELA KWA SPAR manje manifuna uNyazi - TopicsExpress



          

Ngizwa kuthiwa SENINIKELA KWA SPAR manje manifuna uNyazi lunisindise kodwa lona alwazi. Omunye wakhanda insipho wayifaka isithombe soNyazi waqamba amanga wathi iyaphilisa inezinhlanhla. Musani ukwenza uShembe ibranch ambassador yama business enu ngoba NIZOFA! umlilo lo akuyo into yokudlala isandla sakhe siphethe ubungcwele nenkemba, uyabulala methanda uyaphila ngiyacela laku facebook ake niyeke ukuhlupha uNYAZI. Leminikelo yenu sengiyabona izonisa kwalasha kwasikhova sikhala emini, nani yekani ukuba iziduphunga angazi aninamatempeli yini hamba ninikela kofb ngama thousand hlambe awunikeli ngisho izibani esifungwe zabantu bakini loke nitshinga imali. Uyeza umhla wokuphela.
Posted on: Tue, 12 Aug 2014 16:57:55 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015