Okwenzeke kmina namhlanje its very painful, angikaze ngifikelwe - TopicsExpress



          

Okwenzeke kmina namhlanje its very painful, angikaze ngifikelwe zinyembezi ngenxayabantu abangonele but lokho angikuthathi as a challenge ngikuthatha as amanzi athelwe emhlane wedada. Ngikuzwile ukukhala but ngyakubonga lokho ngoba uNkulunkulu ubengikhalisa kanti ufumbethe isbusiso sokungithulisa, I wonder yini ejabulisa abantu uma bebona izinto zakho zingakuhambeli kahle. Well I thank god, Thursday Im going for the interview. Thats my Job. Ngeke kuvalwe yonke iminyango, Ngeke ulahlekelwe yikhokonke! Nkulunkulu uyazi ngawe, okuhlanganiswe abantu ngeke kubenamandla ngaphezu kwaThixo.
Posted on: Tue, 28 Oct 2014 16:32:44 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015