#PASTOR S. ZONDO. 1. Uma uhlaselwa awuhlaselwa izimpi - TopicsExpress



          

#PASTOR S. ZONDO. 1. Uma uhlaselwa awuhlaselwa izimpi ezingangawe kodwa uhlaselwa izimpi ezingangento ozoba iyona. 2.UNkulunkulu noSathane bayalazi iqiniso ngawe bt abantu bazi d facts abt u.Abantu bazi uZondo ohleli kulesi hlalo bt uNkulunkulu noSathane bayangibona sengisukumile kulesihlalo sengi over seas. Abantu basaba into oyenze izolo noyenza njengamanje bt uSathane akayisabi intshumayelo engiyenze izolo namanje bt usaba into engizoba iyona kusasa. 3. I-Aphula linenhlamvu phakathi,inhlamvu incane kune aphula bt ayincane futhi. Uma uyibuka inhlamvu ye-aphula incane kune-aphula bt d truth is inkulu kune aphula ngoba i-aphula njengoba selivuthiwe sekuphelile ngalo selilindele ukudliwa, inhlamvu inepotential yokuth isangakhiqiza isihlahla esinama aphula anezinhlamvu. (Abantu abangazi lutho bayayishanela inhlamvu ye-aphula kodwa abahlakaniphile bayayicosha bayifake emhlabathini bayichelele) 4. Mhla kuzelwe uJesu kwatatazela uHerodi wathi akubulawe zonke izingane ezizelwe, wayengatatazeliswa yingane esenabukenini kodwa wayetatazeliswa ukuthi mhla yasuka enabukenini le ngane uyofa nokufa. 5. Usathane akalulingi uhlanya ngoba luyahlanya. Wena ulingwa nje ngoba uSathane uyayihogela impumelelo yakho,uyayibona idestination yakho. Uhlanya aluguli ngisho nasebusika ngoba aluhlaselwa amadimoni kaSathane, ingane yohlanya ayigonywa kodwa ayiguli ngoba vele uSathane uyabona ukuthi sekuphelile ngohlanya. 6. Amantombazane adayisa ngomzimba akadayisi ngoba ethanda kodwa uSathane wathumela amadimoni ngoba ebona ukuthi uma engaphumelela uzofa. 7. UJosefa waphupha ekhothanyelwa abafowabo kodwa b4 bamukhothamele baqala bamfaka emgodini. 8. UJesu b4 akhothanyelwe izizwe waqale wabethelwa. AMEN!!!
Posted on: Sun, 13 Jul 2014 06:51:00 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015