Please Hide Admin Guyz ngisothandweni nensizwa 32 mina ngina - TopicsExpress



          

Please Hide Admin Guyz ngisothandweni nensizwa 32 mina ngina 26 yona inempatho impela noma ingekho 100% kodwa nje iyakwazi okuningi okujabulisayo menithandana, Inkinga yami iqala lana ke ngaso sonke iskhathi mangiyifonela maybe luze lu Ring kathathu before lubanjwe okanye lungabanjwa kube khona I excuse yokuthi ubedlala I Radio ikhalela phezulu, KoDwa mengimuvakashele mina lithi lisaphayiza nje abe elicindzela ,Ngenye imini lwathi uma lu Ring Walubamba esukuma efuna ukophuma ngomnyango ethi “Baba u Khumalo “ Angazi kwenzakalani kwathinteka I Loud speaker intombazane imubuza ukuthi useqale nini ukuba u Baba u Khumalo…ngathula,,,Manje osekuhlala kwenzeka ukuthi makukhala I Phone noma angabe uyadla uyeka ukudla aphumele emnyango ayoyiphendula .Mangimubuza uvele athi ngingazi ngama business awenzayo ngeke ngaqhubeka naye. Ngididekile ngoba kwi Phone yakhe alikho igama lentombazane ngaphandle kwalawa akubo kukhona ..obaba u Majola ,Baba u Ngcobo..Kube khona oVERULAM, Namagama emigwaqo ngokwehlukana kwawo Angazi ngempela ukuthi kuqhubekani kuloluthando lwethu Ngicela ningibonise ukuthi mawuhlangane nengwadla enjena kusuke kwenzenjani sengina 4Months nginaye bengingakaze ngimubambe even endlin yakhe akaze ngifice lutho olusolisayo kodwa nje unezitayela zakhe ,ANGABE ANJANI AMA BUSINESS ANGENZA NGIHLUKANE NAYE? Ngiyabonga plz let me know
Posted on: Thu, 04 Sep 2014 10:05:57 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015