Pls hide my name. NginguMama osemncane nginengane eyodwa yomfana - TopicsExpress



          

Pls hide my name. NginguMama osemncane nginengane eyodwa yomfana eno 12 yrs. Ngihlala kithi nosesi wami onezingane ezimbile zamantombazane. Inkinga lana ukuthi always masixabana nje ngoba vele ukuxabana emindenini kuhlala kukhona ngiye ngithukwe ngengane yami engiyimoshayo yilosisi wami and mina angiboni ukuthi lokho kusuke kungenaphi. Ubaba womtwana umenzela yonke into umtwana wakhe ufunda ku Model C school ungipha imali njalo makuphela inyanga and mina imali isuke ingeyona eyami vele yoku spoiler umtwana angazi kumbe ngi wrong yini ngalokho.Mina sengikhathele impilo yakuloya muzi ngicabanga ukuthatha umtwana ngimnikeze uyise bese mina ngiyazihambela coz nami ngiwumuntu bonke ubuhlungu abangizwisa bona buya enhliziweni but ngisaba ukuthi kunomamncane kuloya muzi and ngisaba ukuthi maybe ahluphe ingane but at the same time isimo sami sibi kakhulu kithi. Pls guyz be a voice of reason ungakhulumi kabi lana. #REHAB
Posted on: Sun, 29 Sep 2013 12:06:16 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015