Sanibonanooooo! KuleCD ke Mageza/kazi kuzoba khona izinguquko - TopicsExpress



          

Sanibonanooooo! KuleCD ke Mageza/kazi kuzoba khona izinguquko eziningi. Nikhumbule ukuthi uKhathalani Ngubane obengasazwakali kuMageza Amahle ukhona naye uyaqopha so uzozwakala kuleCD,,, Angeke iphume mhlaka 13 or 15 August njengoba benilindele, kodwa njengoba ngangichazile nje izothatha iskhashana impela ukuthi iphume kodwa ngeke iphele lenyanga... Ake sidlale iJuice Enomlaza uTrack 6 and 8 sisalinde ukudla okusha! Dudaroooooo!
Posted on: Fri, 08 Aug 2014 04:56:52 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015