Sthembiso Zondo Fan Page wrote: Pray once if u go to war, pray - TopicsExpress



          

Sthembiso Zondo Fan Page wrote: Pray once if u go to war, pray twice if u go to the sea but pray thrice (3 time) if u go to love. Uma u Sathane engasazi ukuthi uzokwenzani akabe esashaya wena kodwa ushaya la ophumulela khona. Kubuhlungu ukunconywa umhlaba wonke kodwa ugxekwe umuntu oyedwa ohleli naye.NB NB kungcono unconywe umuntu oyedwa ohleli naye noma umhlaba wonke ungakugxeka, akulutho. NB NB yini isihogo emhlabeni? answer : ukuhlala nomuntu ongakuthandi,ongakwazi nokuthi uyini,ukuba khona kwakho nokungabibikho kwakho kuyena kuyefana nje. ASIHLANGANE KU KHOZI FM, manje ekuseni Time: 8h00 am to 9h00am. PS Sthembiso Zondo. May be u need to spice up yo relationship or up relationship need a BALM( healing). Awuvuse abanye silalele u KHOZI FM. ........................................................... 9h00 Umhlengi Wami Ukhona. Unyaka omusha.
Posted on: Sat, 03 Jan 2015 04:55:47 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015