Syabonga #the motivatr Namuhla ekuseni ngifuna ukusho nakhu - TopicsExpress



          

Syabonga #the motivatr Namuhla ekuseni ngifuna ukusho nakhu ukut uJEHOVA akakakhohlwa uwe.Yese ukhulekile wenza konke okufanele ukwenze..namuhla ngizokutshela ukut uMlayezo wakho kudala wafika,noma iMsg yakho kudala yafika uJEHOVA usebizingayo. UMa usendela umuntu iSms iyasuka kuwe ihambe uma ifice ucingo lwalona omthemelyo luvaliwe uyalinda aze aluvule athi uma eseluvulile bese iyangena......leSMS uma isuka kwena iyasho ukut*Msg Send* Namuhla ngizosho khona lokho ukut ungalahli ithemba uma ubona ngat izinto zakho azihambi ngendlela umlayezo wakho wafika. Lesicelo sakho samukeleka *uMa uJESU ethola uMlayezo owokut lona amathandayo uyagula uRazalu uJESU akazange ayiphendule leyo msg wahlala nje kwaze kwaphela izinsuku ezine*4*uRazalu waze wafa wancwatshwa uthena engancwatshwa wase uJESU uzizela yena esezoperfomer a great miracle.....nakuwe ngizosho lokho uMlayezo wakho wafika kudala...uJESU usanikeze izitha zakho ithuba ukut azenze konke ezifuna ukukukwenza zize zikufake ethuneni zizitshele ukut kuphelile ngawe!Yena uzofika esezokwenza uMsbenzi!! Kudala wacela uMsbenzi nawe sewuze uphelelwe yithemba namuhla kuthiwa Wait wait! Kudala wacela ukuphiswa uyagula namuhla kuthiwa wait Kudala wacela ukwelashwa emphefumlweni namuhla kuthiwa wait. Kudala wafuna umshado namuhla kuthiwa wait*Zifundise ukulinda*Wona umbono ungowesikhat Noma ulibala kodwa uyakufika!! Abantwana bakwaIsrael bahambe iminyaka ehlane beya ezweni lesethembiso iCenana......nawe isimo okusona manje sisho ukut usehlane uyahamba uya ezweni uJehova akwethembise lona....ungakhohlwa ukut izethembiso zakhe zinguyebo zingu Amen..akwethembisekhona uzokuthola wena linda. **awukhulelwa manje uzale manje kodwa ukhulelwa izinyanga eziwu 9.....ngoba into osuke uyikhulelwe nayo inesayo isikhat,kufuneka ikhulekahle ithi mase usuyiteta iphume iphila nabantu bayibonekahle..yekela ukuhushula amaphupho akho owakhulelwe......yonke into inesikhat sayo!! *zonke izinto zenu enizicelile kuJehova zilindeleleni nikhuleke ningaphezi nifunde izwi lENkosi.....Sinamandla okwenza konke ngaye uJesu osiqinisayo*Nikhonze kahle uJEHOVA anibiyele*AMeN*
Posted on: Tue, 29 Jul 2014 00:08:15 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015