Thankx God for my heart that forgive the worst. Time heals. Kunani - TopicsExpress



          

Thankx God for my heart that forgive the worst. Time heals. Kunani akunamatheli. Akakwazi akwenzayo. Prayer for asking God to insert His forgiveness. Forgiving someone is an exercise that takes time. Ukudlulisa. Uma kuthi khala ukhale. Kodwa lwela ukuxola. Kuyenzeka. Zixolele kokwenzeke kuwe. Kuyenzeka ubukeke and also feel like a fool uma ukwi process yokumxolela umuntu. Noma kunjalo choose to do what is right and what stands for peace. Noma ikanjani Xola kuzokusiza. Umuntu ophakeme akakwazi ukuxola ngoba uma sekufika ekuxoliseni engenzanga lutho, yena akakwazi. Xola. U Jesu waxola wabaxolela bembulala. Wathi baxolele ngoba abakwazi abakwenzayo. Ngisho ungamzwisa umuntu ubuhlungu still ngeke uxole. Ngoba awubhekananga nesimo sokuqala ube noxolo kuwena ngaphakathi.
Posted on: Sat, 20 Jul 2013 12:40:45 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015