The other day uLuthandoe my daughter walimala amazinyo kuma steps - TopicsExpress



          

The other day uLuthandoe my daughter walimala amazinyo kuma steps wopha kakhulu....it ws in the evening.... My heart ws so painful... waiting to take her to d doctor the following day ws gna let her stay wt pains ..she was crying non stop... i remembered dt we r fortunate to hv a nearby clinic.... i took her same time to d clinic. Mangfika laphayana baningi abantu ebegula bt knento eyangchaza ngalosisi owayesisiza. wayencede aqede ngesiguli asisizayo bese ethi next,,,,, aqede ngesinye athi next,,, uma ethi next lo obona isihlalo singasenamuntu akabuzi umbona eshikisha eyohlala kuso...nomlandelayo wenza okfanayo ngoba izwi lika nurse selithe next. Kwath angith musa ukphatheka kab mabephumelela phamb kwakho.... musa ukuba nomona... uma beshada phamb kwakho musa ukuba nomona....uma beqashwa phamb kwakho bengafundile wena ufundile yazi into eyodwa .....izwi limemezile lathi next ....... uma lithi next lisho ukuth nelakho ithuba selisondele..... noma bengath uyogugela ekhishini njengestofu wena thani singcono naso ngoba asgugeli emgwaqeni.... namanje liyamemeza izwi lithi next n uma lisho njalo uyancipha ulayini okuyisa empumelelweni yakho,,,,, Uma bephasa ufeyila yazi limemezile lathi next..... Take the following seat. Abaphile abantu!!!!!!!!
Posted on: Wed, 10 Dec 2014 12:19:40 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015