UMengameli wezwe uJacob Zuma ekhuluma nabafundi abenza izifundo - TopicsExpress



          

UMengameli wezwe uJacob Zuma ekhuluma nabafundi abenza izifundo zobuntatheli izolo ugxeke kakhulu abezindaba bakuleli wathi bagxila kakhulu ekubhaleni izindaba ezimbi nokwenza abantu bangazi lutho ngezinto ezinhle ezenzeka ezweni laseNingizimu Afrika. Kanti kuwo wona lomcimbi uMengameli uphinde watshela laba bafundi ukuthi izwe elingenzazo izimfihlo zalo, akulona izwe lelo. Kuthini ukuphawula kwakho ngalenkulumo kaMengameli?
Posted on: Wed, 11 Sep 2013 04:26:30 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015