UNcube ugibele ibhasi (Ajay) esuka emakhaya isiya koBulawayo, - TopicsExpress



          

UNcube ugibele ibhasi (Ajay) esuka emakhaya isiya koBulawayo, eceleni kwakhe kuhlezi omunye umama bayaxoxa. Mama : Baba uyayazi iBulawayo Ncube : Ngiyazi kakhulu Mama : iHarare yona? Ncube : Ngiyayazi yonke ngake ngavakatshela khona ngo 2005. Mama : iBotswana ke uyayazi? Ncube : Hawu, yindawo zami ke lezo kusuka eFrancistown, Tonota, Pikwe kuze kuyothi eGaborone, sisakhula sasisithi kuseGabs.Ngake ngahlala eBroadhurst laseMopane. Mama : Hayi cha, uyayazazi indawo baba Ncube. Ncube : (ebobotheka) Yeah,phela mina bengiyi-Tourist. Mama : Hawu kwakuhle ke lokho.iGeography yona uyayazi? Ncube : Uhmm, Jah, kodwa ngadlula khona kusebusuku.
Posted on: Tue, 22 Oct 2013 16:02:07 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015