UNcube ugibele ibhasi (Road Link) esuka eThekini iya eKapa, - TopicsExpress



          

UNcube ugibele ibhasi (Road Link) esuka eThekini iya eKapa, eceleni kwakhe kuhlezi omunye umama bayaxoxa. Mama : Baba uyayazi iKapa Ncube : Ngiyazi kakhulu Mama : iKenya yona? Ncube : Ngiyayazi yonke ngake ngavakatshela khona ngo 2005. Mama : iBotswana ke uyayazi? Ncube : Hawu, yizindawo zami ke lezo,kusuka eFrancistown, Tonota, Pikwe kuze kuyothi eGaborone, sisakhula sasisithi kuseGabs.Ngake ngahlala eBroadhurst laseMopane. Mama : Hayi cha, uyayazazi izindawo baba Ncube. Ncube : (emamatheka) Yeah,phela mina bengiyi-Tourist. Mama : Hawu kwakuhle ke lokho.kufuze ukuba iGeography uyayazi Ncube : Uhmm, Jah, kodwa ngadlula khona kusebusuku #Thokozani
Posted on: Sun, 28 Sep 2014 07:07:14 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015