Ukuphila has done it AGAIN......!!! We are the 2013 Best AmaZioni - TopicsExpress



          

Ukuphila has done it AGAIN......!!! We are the 2013 Best AmaZioni CHAMPS!!! ISINGENISO: First and foremost sithatha lelithuba ukubonga kakhulu u Mhleli wezinto zonke u Somandla, u Sonini nanini, othi nginguye enginguye, okuwuyena osihlelela ukunqoba kwethu thina singakazi lutho. Ngingakhohlwa u Gabriel osiphe once again i winning strategy esiyisebenzise kulonyaka... Ngibonge kubobonke ebebenathi ngemicabango, it all begins with a thought, ebebenathi ngemikhuleko. Kakhulu ngingashiyi ngaphandle abazinekele ekuboneni lendlu yakithi ithatha le Award nobekubukeka kuyinto engeke ize yenzeke, nomlando wale Award ubuphika, Ama votes enu lawa enze kanjena. Namanje siyafisa ukuhlala sithobekile - siphansi - ephakeme yena - ofanele udumo. Sithi noma sihlaselwa kodwa thina sibone Amazulu ebabaza....... sihambise indumiso kuye sithi, Noma kwenzeka konke asinakwesaba ngokuba yena unathi... Kakhulu ibandla lakithi at large, The Guardian Family am so proud of you my kids - I Youth yakithi ngobuningi bayo, ngiyazi ngane zam ngike ngawafuna ama votes, sengibona ukuthi kuphele konke ebeninakho kodwa ngama anangahlubuka nhlobo and I believe ukuthi namhlanje ama results niyawabona, now you know ukuthi besifuna uku achiever ini. Thank you kakhulu for ukukholelwa ebuholini lso believing in us - indina eniyidlale kule Award inkulu - siyabonga bazalwane - Kakhulu nje le Award kune role eyidlala kulelibandla, angibuki even ukunqoba kodwa - ngibuka i UNITY ebakhona within abazalwane, kuyangithokozisa lokhu bangcwele THIS IS just a competition: I would like to remind abantu and also take this opportunity and teach them the real meaning of the word, competition 1) Leligama lichaza ukuthi bonke abasuke bengenele they stand equal chance of winning - hence kumele ku competwe to see ubani ophumelelayo. I fail to understand ukuthi why do we then have to compete if already kune obvious winner - why waste all the energy. Okwenza i Chiefs ne Pirates bangene enkundleni it is because anything may happen, if kunganjalo kungavele kuthiwe Chiefs vele laba nizobadla thathani nansi i 3 points i addwe without the process yokuthi kuze kumoshwe isikhathi sabantu and all that 2) Le Competition or le Category precisely iwinwa ngama votes, it is not about ukuthi how much airplay you get on the radio, kwi television or waziwa kanganani if ningavoti angeke niyiwine, period!!! Ukhozi FM (utalagu) is a very good example, bane listenership e tremendous but people have not been voting for them hence bengaphumeleli - do not look at how many people lie at your face, uze uzikhohlise.... 3) Kwi competition or a game where there has to be a winner - it is very important to have a plan. Awukwazi ukudlala according to i attach yenye i team - but you must have your own attacking strategy it is very important. Besingezanga ukuzovika izinduku zabanye lana - nathi besizogadla STRONNNG futhi. I am personally not shy ukusho ukuthi during the voting process, ngizame ukubuyisela the plan we used last year but ngayibona ingekho good enough - I had to reshuffle - ngibuyele kwi drawing board ngeza nenye i plan which I think isebenzele PLEASE NOTE: If you have a plan, it really helps - no matter what the results are, you go back and check i strategy sakho, ukuthi where did we go wrong? What could be fixed going forward and by so doing you also grow as an individual or an organisation STUPID ACCUSATION: Kunama accusations okuthi we bribed abakwa Gospel Powerhouse to clinch the Crown okwesibili 1) Le Crown - i prize money yakhona is only R10 000.00 (so imalini onga briber ngayo i millionare?) - I do not think lingawemukela u 5k, even nawo u 10k angeke liwuthathe. So usungaze ulahlekelwe u R50 000.00 ngenxa ka R10 000.00 ngoba kwenzenjan - ubudom nje lobu obuphindiwe. Why ungathathi lemali yoku briber uthenge i airtime ke uvote? Whoever came up with this silly, stupid accusation kukhona okushodayo kuye..... IMPOSSIBLE WAS made possible: Going to this crown we faced two major impossible factors 1) In the history of the Crown Gospel Awards Le Crown ayikaze iwinwe iqembu elilodwa kabili 2) Futhi, not ke kulandelana obviously..... Uma kuqala i show, the CEO ka Gospel Powerhouse was introducing u Isreal Mosetlha and uye wathi, he has won the worship song/album three times in a row and abuya amandla nakimi ngathi if he could do it kungabi namibuzo what could stop us as well? Thina singavinjwa yini And Gabriel had already spoken..... Kwi Sunday Service, bengenza i main Sermon and bengikhuluma nge Zindonga ze Jericho - wonke umuntu wayazi ngama polls nje to begin with ayakhiwe ngamatshe, ukuthi it was impossible ukuthi ziwe but mhla kufike impi ka Thixo eyayilalele umyalelo ka Thixo, ayangawukhiphela ngaphandle, ayangahambne ibanga umsindo itshela abase Jericho ukuthi, sininika 7 days - but kwaba ukwazi kwayo - futhi nakhona iyodwa indoda eyayazi ngale instruction not onke amadoda ayekhona. Game plan ayihlale kumuntu oyedwa abanye balandele. Angeke GREAT NEWS: The champs will be releasing i album entsha ye Ndumiso (Worship) beginning of the year, going into Easter Holidays CONCLUSION: Once again, on behalf of Ukuphila Kwe Guardian Choir, and the entire Guardian Congregation, family and friends we would like to place on record our hearty thanks kubobonke abasesekile, babanathi also spiritually, who believed in us and also had faith in us. I cannot thank everyone enough for their involvement and their willingness to take on the completion of voting task beyond their comfort zones! May the Great Lord bless you all Pst Stan Shongwe Ukuphila Kwe Guardian
Posted on: Tue, 19 Nov 2013 09:24:56 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015