Uma uSINGLE ulokhu uthi,I DONT TRUST MEN OR WOMEN!Khumbula... - TopicsExpress



          

Uma uSINGLE ulokhu uthi,I DONT TRUST MEN OR WOMEN!Khumbula... Ontanga bakho bayashada njalo ngamaSaturday. Ithi ngibuze, ingabe bashada nomoya oyincgwele? Awuvuke emaqandeni! Mulokhu uthi,IM LEAVING MY MAN, HE CHEATED ON ME! Ake uhambe uye etown ubone abantu abacute, hot, hungry abadesperate abalindele ukuthola indoda yakho bathole mali yayo nendawo yokuhlala, abanandaba even nokuyishare. So lungisa izinto kusanethuba, my friend! Yekela ukuthiI HATE MY JOB! Buka! 20 million wabantu abasebenzi bafuna imisebenzi abayitholi zama ukuthi uwugcine! Noma ufuna ukubajoyina? UlokhuI HATE WHERE I LIVE!Oh please! *tears* awuzame ukuvakashela lezindawo locations eziminyene, abantu bahlala emijondolo ezindlini zathayela emikhukhwini / abanye ngaphansi kwama bridge ebsuku wena engabe ugrateful ubonge enkosini ukuthi unayo indawo yokufihla ikhanda! Abanye bathiI AM TIRED OF THIS LIFE!Well, Hamba esibhedlela ubone abantu belwela izimpilo zabo! Hamba emortuary ubuke bese uyangitshela uzizwa kanjani emuva kwalokho!....ipoint lami lilana, be positive, THERE IS ALWAYS A REASON TO GIVE THANKS......Peace. Kwavele kwashuba ke manje.A very Good Morning
Posted on: Fri, 20 Jun 2014 05:52:35 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015