Uma uya enkonzweni awuboke phathe yr bible , note book & pen - TopicsExpress



          

Uma uya enkonzweni awuboke phathe yr bible , note book & pen yokubhala okufundile. unless mawune good memory. ake niyeke lomkhuba wokuza nama pen abomvu. njalo edit amaphutha enziwe umshumayeli. usuchaza ukt mele hlale kushumayela wena yini. hau savelelwa ngothishomkhulu lana evangelini. ake uzifundise ukulalela abanye. njalo nje mawungekho kuma guest speaker awuzi wena. umoya wokungalalelani uyanda. uphuma ungalazi izwi kdw amaphutha uphuma uwazi onke. uzele izwi noma amaphutha? 2 Timoty 4:2-5 angazi-ke noma seluyiso yini lesosikhath ayetshelwa ngaso Thimothewu. ukt abantu bayozibuthela abefundisi njengokubatshw kwezindlebe zabo # operation vithiza isono nakubashumayeli
Posted on: Wed, 07 Jan 2015 07:22:46 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015