Umandla nosipho babeye kwi interview, umandla wakopela imbuzo - TopicsExpress



          

Umandla nosipho babeye kwi interview, umandla wakopela imbuzo neympendulo usipho wakopela impendulo kphela kwaqale kwangena umandla umbuzi:uban umdlali owayedumile n manje sekuban? Mandla: kwaku maradona manje seku ronaldo mbuzi: inkululeko yaqala nini? Mandla: imzamo yaqala ngo 1990 kwaze kwalunga ngo 1994 mbuzi:yin ubone ukfanele lomsebenzi? Mandla: ukuthi ngiyayshaya lento futhi ngyaythanda mbuzi: ngabe iqiniso ukuthi khona amanzi kwi maas? Mandla: akekho onesiqiniseko ngezobuchwepheshe kodwa kucatshangelwa kanjalo. Kungene usipho mbuzi: uban ubaba wakho? Sipho: kwabe kumaradona manje seku ronaldo mbuzi: wazalwa nini? Sipho: imzamo yaqala ngo 1990 kwaze kwalunga ngo 1994 mbuzi: yin pho ube neyngane ezu 5 ube una 20 sipho: ukuthi ngyaythanda lento futhi ngyayshaya mbuzi: uyahlanya yin? Sipho: akekho onesiqiniseko ngezobuchwepheshe kodwa kucatshangelwa kanjalo.
Posted on: Wed, 26 Nov 2014 16:51:54 +0000

Trending Topics



a>

Recently Viewed Topics




© 2015