Umdumise njalo. Noma kungekho ukudla ekhaya. Noma umsebenzi - TopicsExpress



          

Umdumise njalo. Noma kungekho ukudla ekhaya. Noma umsebenzi ukuphelele. Umdumise njalo. Phuma uye mdumisa. Kodwa ngibuhlungu ngabanye abasenza indlu ka NKULUNKULU ifashion house. Ma ungenayo i pencil heal baku buka ngenye indlela. Ma ungenayo isuit ka nokusho bahleba ngawe. Bakhona abahamba ezinkozweni ngoba befuna ukubikisa ngoku thize abanako. Bakhona abaya ezinkozweni ngoba ethenge a new dress. Lowo muntu ma umfundisi eshumayela uyena ophuma njalo ngoba efuna kubonakale le lokwe lakhe lika nokusho. Akhona amadoda athi ma ethe i kick and bhoboza ma umfundisi eshumayela yena kancane kancane uyasisula uthuli ngoba efuna abantu babone ukuthi uthengile. Abanye indlu ye NKOSI baajike bayenze i chat house. The pastor is bussh preaching bona ba bussy ngezi social network. ibhayibheli beselithi , ikhona indlela ebukeka inhle emehlweni abantu , kodwa isiphetho ukufa. khumbula , akusibo bonke abathi NKOSI NKOSI abazowubona umbuso we zulu. Mhlobo wami hlola ukholo lwakho. Nga lukholo lwe qiniso nah. HAPPY SUNDAY. GOD BE WITH YOU AS YOU ARE GOING TO CHURCH TO WORSHIP HIM. IF you know that you are addicted to social networks pliz leave your phone at home. Phuma uyeemdumisa sengathi uyaqala. AMEN.
Posted on: Sun, 17 Aug 2014 06:09:15 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015