Ungaliphath ngeze igama elithi #PILES#ngoba uma selifikile - TopicsExpress



          

Ungaliphath ngeze igama elithi #PILES#ngoba uma selifikile liyakucontrol ilona elikutshela kuth isitebhu sakho sokuhamba uzohamba kanje uzohlala kanje angeke kwazi kuya lapha ngoba kuzomiwa kant lona lizobuye lith hlala phansi ungicindezele ilona elikutshela kuth chatha manje suzoya toilet ulifaka ngala uchatho ayi noma ikuphi liyasho kuth etopilet zohlala kanjan linesikhatha lapho elith phakama hlala khanula juluke ube manzi nte engathi yaqhuma lapho emlonyen uhamisha ingoma eyashada mawakho uyaphuma toilet athi idla amaphilisi enhlungu uthathe 2 njengokuyalelwa umbhalo athi ayicha thatha futhi omunye 2 kusho kuth suphuze 4 lithi lala liphinde ayivuka lapho suke suphakamisa okuka undertaker evuka ringin lapha restling yeyi ngyawabonga awadlali nawe uma sefike kahle ezinqen zakho ngazivuma zonke izono zakho etholethi yimina ozithobayo kuwe awungixolele manje #PILES#:(:(:(inknga awekho ngaphandle awalengi kodwa ayingidelisa bandla
Posted on: Fri, 15 Aug 2014 09:27:54 +0000

Trending Topics




© 2015