Ungamzondi okuphathe kabi kodwa xola uqhubeke - TopicsExpress



          

Ungamzondi okuphathe kabi kodwa xola uqhubeke nempilo. Ngiyazikhumbula ngihambe ngihlala emzini yabantu,ngihlupheka ngihlushwa futhi ngiphathwa kabi,nginezihlobo kodwa kungathi anginazo,ngikhulunywa kabi ngizengikhulunywe kabi nabakithi imbala,kunezikhathi lapho ngangishumayela kodwa ngilizonda ibandla ngoba noma ngangilikhonza ngamandla ami wonke kodwa lalihlulwa ngisho nawukungibona uma ngilambile yeka okokuswela izinto ezincane njengezinto zokugcobisa umzimba. Kunabantu abakholwayo nabangakholwayo imthandazo yabo efisa ukuba singaphumeleli futhi singabingcono empilweni ukuze njalo sihlale siyizicashalalana zabo. kanti ubani ongumngani,oyisihlobo,ongubhuti,ongusisi,ongumholi noma ongumzali weqiniso na? There is only one I have tried and tested for years and found to be true and closer,His name is Jesus. By him I am still standing and going forward to attain all that life has not yet unfolded to me,there is more to life than what I have already obtained. Umkhuleko wami wazinsuku zonke uthi ngisize Nkosi Jesu ngibe nothando nentobeko nokuzwelana nabanye abantu uma bedlula ezimweni ezibuhlungu ngokwezigaba zempilo. I am glad now that I have released by forgiveness all who had hurt me,the pain is gone,I can face them and treat them as my friends. My future is free from my past,I have my tests turned into my testimony and my hurts turned into a firm foundation for my calling. I am indeed grateful for all that has befallen me until now.
Posted on: Tue, 15 Jul 2014 08:56:59 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015