Wake wacabanga nje ukuthi The Board of Directors yase Zulwimi - TopicsExpress



          

Wake wacabanga nje ukuthi The Board of Directors yase Zulwimi kuhla obani Ababhekene nempilo yakho nawo wonke Ama Dealings akho in General. Ngikhuluma Ngo Jesu Kristu uqobo lwakhe, Abraham, Moses, Jobe, David, Solomon, Martha Maria, nabanye ongase ubacabange. Mina mangibuka wonke lama Executive Ngibona ikusasa liselihle liqhakazile ngoba izinto bazihambisa Ngokuthembeka Ngomyalelo kaNkulunkulu Akukho la engiyonikwa khona into zami bese kuthiwa kwaba nenkohlakalo. Lisekhona ithemba Noma kunzima njalo Mawuqeda ukuthandaza usuvala Uthi NKOSI UNGANGIKHOHLWA. have a blessed Sunday.
Posted on: Sun, 16 Mar 2014 09:15:39 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015