YINKINGA ENKULU LENA! Ngibona kusesenenkinga enkulu uma sonke - TopicsExpress



          

YINKINGA ENKULU LENA! Ngibona kusesenenkinga enkulu uma sonke sithi singama CHRISTIANS kodwa singekho mqondo munye ngezinyo izinto ezithinta lelivangeli lethu. Izinto ezifana ne; 1. Leadership of Women in churches 2. Issue of Baptism by water 3. Insindiso 4. Other spirits such as Amadlozi, 5. Nokunye Okusho ukuthi kusasibenza imibono nokwazi kwethu kunezwi lika Nkulunkulu elingu Jesu Krestu ngoMoya Ongcwele asishiyela wona. Engani UJesu wathi usishiya noMoya Ongcwele ozifundisa lonke iqiniso, ozobe engazikhulumeli yena kodwa ekhuluma akuthunyiweyo. Clearly kusho kona ukuthi asikamkeli u Krestu which is why UMoya Ongcwele ukude nathi.
Posted on: Tue, 03 Sep 2013 08:03:18 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015