Yazi ukufunda umuntu kufana noku vula I present :-D :-P E wrappwe - TopicsExpress



          

Yazi ukufunda umuntu kufana noku vula I present :-D :-P E wrappwe kamunandi ^_^ Ngalendlela only to find out kuthi phakathi u presentwe nge nail cutter :-( Boomer Neah ? Same applies to abantu , umbona emuhle , egqoke kahle , ephila kahle etc , uze wenze imzamo yokuzi sondeza kuye or ubone kuthi cha uyena muntu o right , only to find out kuthi lokhu okukchazile akukona ofike ukthole. All Im saying ukuthi Ezinye zezinto zinhle futhi zi attractive mazi kude kunawe kodwa wasondela kuzona uyabubona ububi bazo nendlela ezehlisa iziqhomo zakho ngayo Be disciplined and responsible , know what u want , ungadidiswa ubukhazikhazi bezwe ngoba kungenzeka kuthi amaglass kanti wena ubuzitshela kuthi I diamond or igolide thizeni GOOD NIGHT
Posted on: Wed, 21 Jan 2015 20:20:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015