bantu bayathanda ukubuza ibhasi ibhaliwe: umphendule wrong - TopicsExpress



          

bantu bayathanda ukubuza ibhasi ibhaliwe: umphendule wrong azilengise mayethanda! 1. Akbuze uyapheka yini ebe ekbona uqoba =thana cha ngishintsha umntwana inabkeni. 2 Nificana kwa edgars akbuze ubuzokwenzani?= thana bengzobheka amathayi uzwe ngathi kune discount. 3. Afone midnyt akbuze ukuthi ulele?=thana no no no nginisela ingadi. 4. Akbuze ugqokeni ebsuku =thana irain-suite. 5. U R8 itaxi ukhiphe uR10 akbuze nibangaki =thana backseat yonke. 6. Akfice edrobheni kade ninaye erank akbuze kanti nawe ubuza la = thana no! Empeleni ngyezulwini angaz ngfunani lana. 7. Ukfica eclubbin awdansi ukufa akbuze ukuba uphilile kodwa?= othi ksasa ngyaphuma la esbhedlela. 8. Ufake ijacket akbuze uyagodola yini?= thana aibo ngenzela ukundiza kahle. 9. Usemsebenzini akbuze yasebenza yini?= cha ngizokwenza ikhanda. 10. Uyadla ukbuza ukuthi ulambile yini? = othi nah ngiyakupakisha just in case. 11. Umtshela kahle ukuthi uye salon akbuze uyokwenza ikhanda yini? = othi nje nah uhambisa iwashing. 12. Akfice ekfc udla akbuze uzodla inyama lana nawe? = uhleke uthi abo ngizogunda utshani. 13. Ufake ijoyini yesonto akbuze kanti nawe yasonta = thana cha sigqoka kanje umasosina indlamu. 14. Ufake I uniform athi hau uyafunda kanti?=cha nguThisha. 15. Ukfica e cinema ukbuza kuthi ubuzobuka imovie yini? = khipha itissue usule inyembezi uthi cha bengizo identify isdumbu la emortuary. Copied
Posted on: Tue, 13 Jan 2015 09:58:13 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015