ngifihle mhleli ungiposele; ngingumjita osebenzayo phlala - TopicsExpress



          

ngifihle mhleli ungiposele; ngingumjita osebenzayo phlala emqashweni. ngaqonywa intombi epartini yomngane wami. ngiyaythanda lentombi kodwa nginovalo ngayo ngoba ithanda ukugroova too much, ihamba nabangan bayo kuze kuse! sengizamil ukuyibonisa kodwa yona ithi mina kufanele ngizethembe ngoba yon ithanda mina futho ngeke kwenzeke lutho emgrooveni! ithi mina ngiyakhweleza. angazi nom iphutha likumina noma? angikwaz ukulala ngicamang umuntu wam ohamb ebusuku. ngabe nginephutha ukuykhathaza ngaye? yebo uyaysebenzela futhi naye unendawo yakhe kodwa ngicabang ukuth indaba yakhe yokjaiva izosehlukanisa! sizani bakwethu ngingakaze ngilahlekelwe isthando sami. #X
Posted on: Wed, 25 Sep 2013 08:55:26 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015