uSipho no Vusi baya kwi Interview..kuvele kuphume imibuzo - TopicsExpress



          

uSipho no Vusi baya kwi Interview..kuvele kuphume imibuzo nezimpendulo..uSipho abambe imibuzo nezimpendulo,uVusi abambe izimpendulo kphela... INTERVIEWER: ubani umdlali webhola odumile??... SIPHO: kwakuwu Maradona manje sekuwu Ronaldo.. INTERVIEWER: yaqala nini inkululeko?. SIPHO: imizamo yaqala ngo 1990 kodwa kwaphunyelelwa ngo 1994... INTERVIEWER: yinndaba ufuna lomsebenzi? SIPHO: ngineSpiliyoni futhi ngyaythanda lento.. INTERVIEWER: kwi MARS kuthiwa kunamanzi, yiqiniso noma amanga? SIPHO: akekho onolwazi ngezochwepheshe kodwa kucatshangwa kanjalo... HHAY BESE KUNGENA uVUSI obambe izimpendulo kphela..... INTERVIEWER: uban ubaba wakho? VUSI: kuqala kwakuwu Maradona manje sekuwu Ronaldo.. INTERVIEWER: wazalwa nin? VUSI: imizamo yaqalwa ngo 1990 kodwa kwaphunyelelwa ngo 1994... INTERVIEWER: yinndaba unezingane eziw 12?. VUSI: ngineSpiliyoni futhi ngyaythanda lento.. INTERVIEWER: hau. uyahlanya yin? VUSI: akekho onolwazi kwezobu Chwepheshe kodwa kucatshangwa kanjalo.... lol...
Posted on: Wed, 19 Nov 2014 13:41:33 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015