umakhelwane uyahamba uya kumkhulu wakanextdoor ezobuza imfihlo - TopicsExpress



          

umakhelwane uyahamba uya kumkhulu wakanextdoor ezobuza imfihlo yekhehla. makhelwane: mkhulu iminyaka ihambile manje mingaki? mkhulu: 85 mtanam makhelwane: hawu usho nje!! ayphela ngeke awungitshele imfihlo yakho njalo nje ugogo umubiza ngamagama amahle ubaby, sweetheart, love, my dululu, thambo lam lekentucky, swidi lam lomkhuhlane, wenza kanjan mkhulu ukuthi uthando luqine kanje? mkhulu: aysuka wena cishe sekwaphela 30 years ngakhohlwa igama lakhe manje ngisaba ukumubuza Watch out lento yoteketiswa oko grls....mayb akakwazi igama lakho loBhutiza va
Posted on: Fri, 04 Oct 2013 04:08:51 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015