#zulujoke Umfazi kaMBAZO uthunjiwe(kidnapped) Bafone-ke laba - TopicsExpress



          

#zulujoke Umfazi kaMBAZO uthunjiwe(kidnapped) Bafone-ke laba abamthumbile MBAZO simthathile umfaz wakho sidinga u R30 000 lingakapheli lelisontoor else uzomswela. MBAZO: we maaaaaar umfaz wami usekhaya nina niyahlanya nje ngyanibona. (After one day bafone again) yey yizwa lana (kuzwakale umfazi ekhala kakhulu sengathi uncinzwa ngempintshisi) haaaaaaaawe ma hawe jesu ngixoleleni (kukhala umfazi) Ndoda uyamuzwa ke umfaz wakho? Sizombulala uma nje like laphela lelisonto ungayfakile lemali. MBAZO: niyahlanya ngampela nina abafazi bakhala ngokufana why nithi umfaz wami lowo? Fokof hambani nishone okwesipikili. Day 3 nkrrrrr kungene Imassage kuMBAZO sebemsendele umunwe wamfaz wakhe bathi ndoda ucabangkuthi syadlala wena sombulala kancane kancane lomfazana wakho uma ukhuluma into engacacile la kthina MBAZO: waaaaaaaaa hhay ngabe ngyezwa ukube ningisendele ikhanda ukuze ngbone anidlali. Anisike ikhanda nilishuthe ngzoyfaka lemali manje nje ngzoyengeza futhi. #phumlani_mbhamali
Posted on: Fri, 12 Sep 2014 08:05:19 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015