Ake sicacise la.igama elithi ISilo liqale ukusebenza enkosini - TopicsExpress



          

Ake sicacise la.igama elithi ISilo liqale ukusebenza enkosini uShaka.kanjalo nelithi Bayede. (Bayede is a noun referred to only a zulu king.it is derived from balethe.king Shaka couldnt say balethe instead bayethe due to ukuthefula ). UZulu ukuba abe yisizwe kuqale sekuwumbuso kaShaka.phambilini bekuyisbongo esinenkosi not iSilo.ngamanye amazwi umbuso ubumcane abantu bebizwa ngokuthi aMANGUNI not amaZULU.(d issue of a proper name to refer kzn ppl whether as Nguni or AmaZulu is still controversial amongst certain traditional leaders.I bet on dat) despite all controversies n mixed feeling around but d fact remains dat Shaka kaSenzangakhona wayengeke asebenzele ukuchumisa ubuNguni ayeke ubbuZulu.yebo isizwe sibizwa ngamazulu kodwa singabeNguni.That d fact we need to live with phephisani boQwabe. AbakwaButhelezi babezimele benenkosi yabo uPhungashe.abakwaNdwandwe babezimele benenkosi yabo uZwide umtakaNtombazi (unina owayefuna amakhanda amakhosi).abaseNgonyameni kwaMchunu babezimele benenkosi yabo uMacingwane namanye amakhosi amaningi kodwa bagaselwa uShaka kwaphela ukuzimela geqeee! Base beba ngamakhosi angaphansi kombuso wakwaZulu.yingakho iSilo sisinye phaqa eKZN. Asikubeke kucace singakuhlonizi ukuthi uShaka wayegasela (ehlasela) imithi emikhulu emincane isinda ngokuziwela. Babengeke bekwazi ukumgolozela ngoba nababeshinga wayebacela iqhude enkundleni kukhale ububhuxubhuxu ijozi lidla amadoda.kwakusebenza amandla hhayi inkani yamahhala. Yingakho okaMayekisa ethi nzalo kaDingane beno Senzangakhonà
Posted on: Sun, 08 Jun 2014 15:44:28 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015