Insert 7 Ngathi mangingena e gatin, waqala washoutisa Aunt: - TopicsExpress



          

Insert 7 Ngathi mangingena e gatin, waqala washoutisa Aunt: usukaphi nondindwa? Ngavele ngathula. Her: phendula sifetyazana, uyisfebe ufuze u mah wakho. Mina ke angeke ngihlale ne nkedama ezondilawula kwam. Me: ngiye kephi aunt? Y abanye mabengalele la ekhaya bengaxoshwa? Her: usuyakwazi nophendula naziya impahla zakho ngasemnyango ekhishini ngiphumele kwami. Me: cela ungisize ngesikhiya sasekhaya then. Her: zoke ngibone uzodla ini la uya khona. Hamba juba boku chwitha phambili. Ngangena endlini and kiss my 3 nunus ngavalelisa. Unako: ahamba sisi? Me: yebo nana Unalo: azobuya nini? Me: zobuya bbe nhe. Mangizophuma emnyango hlangana ngabona u Sino ehleli e stoepin ekhala. Me: dont cry ngane ka mah kuzolunga u sis yanithanda yezwa She nodded Me: ngizobuya ngizonilanda izinto masezingihambela kahle angeke nihlale la kuze kuphele. My aunt was shouting none stop manje. I kissed Sinos forhead ngahamba. And call my FRIEND. Her: hayi ntombi ndingena endlini uthini? Me: bangixoshile and now ngiya ekhaya Her: dont u nid a transport? Coz u Zola uselana. (Zola ke yi BF) Me: ngiyayidinga. Her: siyeza nhe. Me: ok. Then hang up. Beza vele bangigibeza bangibeka ekhaya nga cleaner and indlu yonke kwa spot less. Ngazama u lala ngo 14:30 then ngo 19:00 ngavuswa yi call from my FRIEND ethi siyahamba nga geza ke ngagqoka impahla nje ngaphatha I mini skirt I hill then ngama e gatin bafika. Oh ngithathe u R100 kula mali so ngasala no R2600 ngazitshela ukuthi ngizoyowenza I card monday. Nganika u Zola u R50 we petrol then masifika pha sa changer ngathenga I fried chips and rushen coz bengilambile ne coldrink ngahlala phantsi. Yaqala I business, ke ngana ma custormer ke ngabuya ngiphethe u R800 ngahlanganisa nale ise ndlini muntu sekeno R3600 nge 2 days ngathi kuzoba ne mali lah, Im going to take care of my 3 nunu moc nakanjani. Ngafika ngalala endlini ngavuka around eleven ngaya ko my friend ngathenga 5 kg ye mpuphu, 2 kg ye rice, amazambane we R15 and I 2lt yama futha, nokunye nje but ngasebenzisa u R300 then ngafika ngapheka ngadla l8 moc yiko saya khona ke. Then the guy ngaqala ngayo ulala nayo yathi I cela I whole nite ngabuza ko frien bami kuthi yimalini bathi its not less dan R500 okey kwanjalo ke sahamba saya e hotel wathi zongi dropper endlini ekuseni, for the 1st tym ke ngithola I forplay kule 3 day yokuhosha kwami, okey senza 3 rounds. Ekuseni wangiphelezela wanginika u R100 wathi ngenze I khanda. U R500 wathi ngo we whole nite. U R800 wathi ngimuphe kamnandi. R300 wathi ngowe zinto engizozidinga. U R200 wathi ngowe airtym so ke wanginika u R2500 agaaah mara dis man kodwa. Wanginika I number yakhe nami ngamnika eyami wathi uzongithinta nge weekend uzongizamela ama custormer a loadile not lanto siyenza pha ngavuma nami but I made sure ungibeka ekudeni nase khaya. I still respect indlu yasekhaya. Ngagibela I local ngaya ekhaya ngafike ngageza ngathatha yonke le mali ngaya e std ngavula I acc ngafaka u R5000 ngangena kwa pep ngathengela u Sino isicathulo sesikole nama shirt awu 2 ngaya kwa Aunt.
Posted on: Sat, 09 Aug 2014 12:23:00 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015