Pls share dis poem wonke umuntu abe nayo ukuze uma ngiyisho - TopicsExpress



          

Pls share dis poem wonke umuntu abe nayo ukuze uma ngiyisho ngiyisho kanye nawe ukuze sisize abantwana ngalomyalezo ngifisa nonke niyazi This is a story about my sista uyafuna ukuzwa waphelelaphi? Ungajahi qale uzwe usukaphy? She is my sista, siqhatha usizi nomama ukuze ayoregister, ukule kahle ke eshai eshay unlike others anokuspeeder, kwaqhathaniswa nomnikelo epulpiti, kwazise usisi ayemvuma namaphoyinti, uphase kahle plus; zonke izifundo ubephasa ngo A pls, ngaphandle kweGeography ngicabanga ukuthi iyona yodwa athola kuyo u79 okay ke akusenani, ekhaya sikhule ngempepho, so bamshisela yona ke esehamba bezama ngayo yonke indlela ukulwisana neziphepho, angase aficane nazo endleleni, usepakshile kugcwele mfi eskhwameni, umama wambizela eduze eceleni, wathi mtanami awphelele, ngakho ke eskhwameni faka incwadi engcwele, mtanami kulomphakathi siyinhlekisa, ngyathemba akukho okuzokuphazamisa, uwe ozosphakamisa, bathi asintoyalutho mhla besiqalekisa ngsambona namanje ngamehlo engqondo etaxisin esevalelisa, amazwi kamama okugcina esemqinisa athi ukube nami ngafunda ngeyami imoto bengizokuhambisa, This is a story about my sista uyafuna ukuzwa waphelelaphi? Ungajahi qale uzwe usekuphy? Bt angisamboni kahle e University kodwa isiXhosa ukuve Sithi Isidunu senkukhu sibonwa mhla kugquthayo, angisayqondi impilo ayphilayo, ngmazi njengomntwana othandazayo, ngimazi njengengane izincwadi ethandezayo, EVarsity ufuna ukugaxela estayeleni, usekhohliwe ukuthi wayeyeleni, ungene shi otshwaleni, ekhaya ucela imali engekho kulalwa kungadliwe ukuze kfunde yena eskoleni, uphika nezingane zasemasurbub ezalelwe odakeni, and impilo isinzima kakhulu akasekho ugogo owayelekelela ngeyempesheni, This is a story about my sista uyafuna ukuzwa waphelelaphi? Ungajahi qale uzwe usekuphy? Ngebhadi ke umama wayengafundile, wayetshelwa uyena ukuthi uphasile, kodwa emva kwemnyaka ethile wayesebuyile, eseshayekile, ekhombisa ukuthi akaphilile, ephethe izitifiketi ezimbili, isakhe sokuzalwa nesengane yakhe kwakungumfana ubulili, and uyese wayo wamgcina isinezinyanga ezimbili, This is a story about my sista uyafuna ukuzwa waphelelaphi? Ungajahi qale uzwe usekuphy? Usemjondolo ekhaya emvakwendlu ngimshiye namahewu akaphilile, and umama akasekho last month usishiyile so usisis bengizomgada inkinga bengphuthuma esikoleni bt isimo ekhaya asiqondile, ngakho ke ningahlekisi ngami uma nibona ngilambile, mhlawumbe ukudla ngikugcine ngesonto elidlulile, impilo engcono ngizoybona sengifundile, (kukhala iphone)*hello, kthiwa nosisi akekho usesishiyile, *Siyabonga Mpungose*
Posted on: Thu, 23 Jan 2014 09:16:21 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015