Sithakela Isizwe Ngombono Wakho – Ezase Africa Abantu - TopicsExpress



          

Sithakela Isizwe Ngombono Wakho – Ezase Africa Abantu abaningi bathuke kabi uma bezwa ukuthi eKenya kunomuntu wesifazane ozoshada abantu besilisa ababili. Lokhu kubizwa nge polyandry, labantu besilisa bavumile ukuthi ‘bathathwe’ bobabili ngoba ubengafuni ukukhetha phakathi kwabo bobabili. Ngabe i-Africa ikulungele ukwamukela ushintsho olufana nalolu? Ngabe ikona ukukhula noma ukushintsha kwesiko okudingakalayo ezimpilweni zethu ezikhathini zamanje? destinyman/2013/08/28/kenyan-men-to-marry-the-same-woman/
Posted on: Tue, 03 Sep 2013 18:17:32 +0000

Trending Topics



Recently Viewed Topics




© 2015