Thanks bafw2 nodadewethu Njengoba ngangithembisile ngezinhlobo - TopicsExpress



          

Thanks bafw2 nodadewethu Njengoba ngangithembisile ngezinhlobo ezahlukene zama post emisebenzi enanibhalile ngizowufaka namhlanje ntambama noma ksasa ekuseni. Inkinga ezobakhona kuzogcwala amapost ahlukahlukene eminye izofihleka ingabonakali kodwa kulula okwakho scroll down uyibheke yonke eminye izocasha ingabonakali. Akenginikhumbuze nalabo abangazi abasandakusjoyina. Le website engiyifake Lana Ku le group automatically yona ngokwayo iyawafaka amapost amasha angenile ngasosonke iskhathi futhi zonke nsuku okwenu umuntu no muntu akabheke kulowo a qualifier kuwo avule le website abheke ukuthi awukho yini omusha ewufakile le website. Angikhuze nabantu abahla kulezindawo ezilandelayo - Gauteng,Free state,Newcastle,Pmb,Richards bay,Durban and Eastern cape. Isasekhona le website yazozonke lezindawo futhi ayangena amapost amasha angenile ngasosonke iskhathi futhi zonke nsuku. Ngyabonga nibe nosuku oluhle ngyanithanda nonke.
Posted on: Wed, 17 Sep 2014 11:15:58 +0000

Recently Viewed Topics




© 2015